Iphakama lasolwandle umuthi osizayo uma ufuna ukuphakamisa idlozi lamanzi inzunza ,uma ungumuntu osebenza ngabantu noma one business iphakama lasolwandle liyathakwa likusize kakhulu futhi. Umuthi wesikole wokuthi ingane iphase esikoleni iphakama liyathakwa futhi emuthini wokuphasa. Izinto zami zivalekile, zimnyama akulungi lutho? Khululeka iphakama lasolwandle lifake lapho uthaka khona umuthi wokuvula inhlanhla nezinto ezivalekile uzowubona umahluko. Uma ufuna ukubholofitha futhi iphakama lasolwandle liyasiza kakhulu futhi.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.